Share

AbaseDRC bakhala ngempatho ejele ePitoli

Pretoria - Iziboshwa ezidabuka eCongo, eziboshwe ejele lasePitoli, kuleli laseNingiizmu Afrika, sezikhale ngesihluku ezithi ziphethwe ngaso njengoba zilindele ukuqulwa kwecala lazo.

Iziboshwa ezingu-2, zabekwa amacala okwaka itulo lokubulala uMengameli wezwe laso, uJoseph Kabila, kanjalo nokuhlela ukuketula umbuso wase-DRC.

"Ngithole izikhalazo, iziboshwa zithi zithola ukuhlukumezeka ziphinde zikhulunyiswe kabi," kusho ummeli uThesigan Pillay, etshela abezindaba ze-AFP.

Einyangeni ezingu-17 ezedlule, kwaboshwa amadoda angu-20, ngemuva kokuthi amaphoyisa evundulile ngetulo lokubulawa kukaKabila nabanye abaholi baseDRC.

"Omunye wabasolwa uthi babezomgwaza ngommese," kusho uPillay, othi abasolwa abatholi nosizo lwezempilo kunjalo banikwa ihora libe linye kuphela ukuthi baphumele ngaphadle bathole ilanga.

Ukuqulwa kwecala bekubhekeke ukuthi kuqale ngoMsombuluko.

Abalandeli bakaKabila bagcwale ngaphandle kwenkantolo, beshaya iziqubulo.

Amadoda abhekene namacala aseminyakeni yobudala ephakathi kuka-25 no-49, asehlale kuleli laseNingizimu Afrika isikhathi eside kanti aseqenjini elizibiza nge-Union of Nationalists for the Renewal (UNR) of the Democratic Republic of Congo.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
50% - 1 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
50% - 1 votes
Vote
Rand - Dollar
19.15
-0.7%
Rand - Pound
23.82
-0.6%
Rand - Euro
20.39
-0.5%
Rand - Aus dollar
12.30
-0.5%
Rand - Yen
0.12
-0.6%
Platinum
950.40
-0.3%
Palladium
1,028.50
-0.6%
Gold
2,378.37
+0.7%
Silver
28.25
+0.1%
Brent Crude
87.29
-3.1%
Top 40
67,190
+0.4%
All Share
73,271
+0.4%
Resource 10
63,297
-0.1%
Industrial 25
98,419
+0.6%
Financial 15
15,480
+0.6%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE