Share

AbaseZim bathi uMugabe angafunda kolwaseNigeria

Johannesburg – Abantu baseZimbabwe bazwakalise imibono yabo ezinkundleni zokuxumana ngemuva kokuzwakala kwezindaba zokhetho lwaseNigeria lapho obenguMengameli uGoodluck Jonathan ekhale ngaphansi.

NgoLwesithathu abanye abaseZimbabwe bazwakalise ukuthi banesifiso sokuthi nowabo uMengameli uRobert Mugaba angafundi kulokhu okwenzeke okhethweni lwaseNigeria.

Ngo-2008 uMugabe oseneminyaka engu-91 wakhala ngaphansi okhethweni lwaseZimbabwe kodwa imiphumela yathatha isikhathi esingangamasonto amahlanu ukuthi iphume.

Isiphumile imiphumela yaveza ukuthi uMorgan Tsvangirai owabe eyimbangi kaMugabe nguyena owanqoba ukhetho.

OLUNYE UDABA: Lidle umhlanganiso eliphikisayo eNigeria

Abalandeli bakaMugabe abayamulanga imiphumela kangangokuba bangenela umkhankaso ephikisana nale miphumela.

Kwaqubuka udlame eZimbabwe nokwaholela ekutheni kushone cishe amalung angu-200 eMovement for Democratic Change eholwa uTsvangirai.

Owabe enguNgqongqoshe wezeMfundo eZimbabwe uDavid Coltrat ubhale kuTwitter ukuthi:

“INigeria ibe nokhetho olunokuthula kwaba nokuguquka emandleni# iZimbabwe isaguduza ebumnyameni?#2008.

Omunye ozibiza ngo@lykmoor kule nkundla uthe:

“Siyababongela abantu baseNigeria ngokuvota ngokuthula. Ngiyafisa sengathi neZimbabwe ingafunda kwiNigeria.”

          - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

             - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
41% - 505 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
59% - 717 votes
Vote
Rand - Dollar
18.90
+0.2%
Rand - Pound
23.86
+0.2%
Rand - Euro
20.37
+0.3%
Rand - Aus dollar
12.31
+0.2%
Rand - Yen
0.12
+0.2%
Platinum
908.05
0.0%
Palladium
1,014.94
0.0%
Gold
2,232.75
-0.0%
Silver
24.95
-0.1%
Brent Crude
87.00
+1.8%
Top 40
68,346
0.0%
All Share
74,536
0.0%
Resource 10
57,251
0.0%
Industrial 25
103,936
0.0%
Financial 15
16,502
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE