Share

'Akusekude zibuyiswe izidumbu ezabasala eNigeria'

Lagos - ISynagogue Church of All Nations ithi sekuseduze kubuyiswe izidumbu zabantu baseNingizimu Afrika abashona kuwa isakhiwo sebandla esihlala izivakashi eLagos.  

Bangaphezulu kwabangu-80 abantu baseNingizimu Afrika abashona ngesikhathi kuwa isakhiwo sesonto esikhathini esingangenyanga esedlule, kubika iSABC.  

Kusukela lapho imindeni isalokhu ilinde ukufihla abathandiweyo bayo.

Umndeni wakwaMandubo eSoweto usuthenge ngisho ibhokisi lokufihla indodakazi yawo, uPrudence oneminyaka engu-30 ubudala.

Funda nalolu daba: Kunokungabaza ngesivumelwano esenziwe neBoko Haram.

U-anti wakhem, uKholiwe Khumalo, uthi akufisayo nje ukuba kusheshiswe uhlelo. “Sithandazela ukuba ngelinye babuyiselwe ekhaya."

"Nginxusa uhulumeni waseNingizimu Afrika nowaseNigeria ukuba basebenzisane ngenhloso yokuqinisekisa ukuba izidumbu zibuyiselwa ekhaya,” usho kanje.

ISynagogue Church of all Nations ithi ilokhu ixoxisana nezikhulu zaseNingizimu Afrika nezaseNigeria kanti uhlelo lonke lokubuyiselwa kwezidumbu ekhaya lungase luphothulwe maduzane.


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
49% - 986 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
51% - 1025 votes
Vote
Rand - Dollar
19.24
-0.7%
Rand - Pound
23.92
-0.5%
Rand - Euro
20.56
-0.5%
Rand - Aus dollar
12.48
-0.7%
Rand - Yen
0.12
-0.5%
Platinum
914.00
-0.7%
Palladium
1,010.00
-1.6%
Gold
2,322.88
+0.0%
Silver
27.23
-0.3%
Brent Crude
88.42
+1.6%
Top 40
68,574
+0.8%
All Share
74,514
+0.7%
Resource 10
60,444
+1.4%
Industrial 25
104,013
+1.2%
Financial 15
15,837
-0.4%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE