Share

Alindwe ngabomvu amantombazane eNigeria

Abuja - Izikhulu nabagqugquzeli bami ngomumo balindele inqubekela phambili odabeni lokudedelwa kwamantombazane angaphezu kuka-200.athunjwa yiqembu lamaphekukla elimise kabi izwe laseNigeria, iBoko Haram.

Ixhala liza ngemuva kwezindaba ezithi iHhovisi likaMengameli wezwe libe nesivumelwano namaphekula ngokudedelwa kwezingane zesikole.

Isikhulu esiphezulu emasosheni uMarshal Alex Badeh, utshele umhlangano obanjelwe eCameroon, wathi kuzobekwa phansi izikhali, wathi uhulumeni ufinyelele esivumelwaneni namaphekula.

Funda nalolu daba: Uhulumeni waseNigeria wenze isivumelwano neBoko Haram

"Sengicele izikhulu emasosheni ukuthi zisebenzisane nezinhlelo zokuthi kuphumelele isivumelwano.

Usho lokhu nje uBadeh, isikhulu esisondelene noMengameli wezwe uGoodluck Jonathan, uHassan Tukur, usanda kutshela abezindaba ze-AFP ukuthi kunesivumelwano esikhona esenziwe namaphekula.

Amantombazane angu-219, athunjwa esikoleni ngenyanga ka-Ephreli.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 418 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 879 votes
Vote
Rand - Dollar
19.07
+0.5%
Rand - Pound
23.60
+1.0%
Rand - Euro
20.32
+0.3%
Rand - Aus dollar
12.24
+0.5%
Rand - Yen
0.12
+0.4%
Platinum
943.20
-0.8%
Palladium
1,035.50
+0.6%
Gold
2,388.72
+0.4%
Silver
28.63
+1.4%
Brent Crude
87.11
-0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE