Share

Amaphoyisa ashaye ababhikishi

Harare – Amaphoyisa aseZimbabwe abophe inqwaba yabantu abebebhikisha, aphinde ashaya abanye babo ngoLwesithathu njengoba kunemibhikisho, kukhalwa ngezinga eliphezulu labantu abangasebenzi, kusho intatheli ye-AFP.

Amaphoyisa abehlome ngezinduku aqonde kubantu abebebhikisha beqembu eliphikisayo, iMovement for Democratic Change, eHarare, bafike babashaya.

Umbhikisho ubanjwe ngemuva kwezinsuku umholi weqembu eliphikisayi ememezele ukuthi kuzoba nemibhikisho ephikisana nokwehluleka ukusebenza kukahulumeni kaMugabe.

Kuthiwa ababhikishi bashayiwe bafakwa emavenini amaphoyisa ngesikhathi beya ePhalamende.

Amaphoyisa awatholakalanga ukuba aqinisekise isibalo sababoshiwe nokuthi sebethwesiwe yini amacala.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).  

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 420 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 889 votes
Vote
Rand - Dollar
19.07
+0.5%
Rand - Pound
23.60
+1.0%
Rand - Euro
20.32
+0.3%
Rand - Aus dollar
12.24
+0.5%
Rand - Yen
0.12
+0.4%
Platinum
943.20
-0.8%
Palladium
1,035.50
+0.6%
Gold
2,388.72
+0.4%
Silver
28.63
+1.4%
Brent Crude
87.11
-0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE