Share

Amavukelambuso eSekela awasayingeni eyoxolo

Bangui – Okhulumela iqembu lamavukelambuso eSeleka eCentral African Republic uthi ngeke sisasebenza isivumelwane sokubeka phansi izikhali ngemuva kokuba kuhlaselwe amasosha abo, ehlaselwa amasosha amaKrestu, abangahambisani noBalaka.

U-Ahmat Ibrahim Nadjad ngoMsombuluko uthe iSeleka ihlaseliwe ngeSonto maphakathi nedolobha iGrimari.

Sekushone izinkulungwane odlameni oluphakathi kweSekela namasosha aphikisana noBalaka ezinyangeni ezingu-16 ezedlule.

Amavukelambuso eSeleka athatha izingxenye eziningi kuleliya lizwe ngo-2013, kodwa ngoJanuwari umholi weqembu wacelwa ukuba ehle esikhundleni ngenxa yokuthi wayehlukumeza amalungelo abantu, nokuyinto eyasusa udlame phakathi kwabo nalabo abangahambisani noBalaka.

NgoLwesithathu olwedlule kusayinwe isivumelwane sokubekwa kwezikhali ngemuva kwezinsuku ezintathu kubanjwe izingxoxo eRepublic of Congo. 



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
33% - 239 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
67% - 480 votes
Vote
Rand - Dollar
19.21
-0.3%
Rand - Pound
23.91
-0.4%
Rand - Euro
20.46
-0.4%
Rand - Aus dollar
12.33
-0.2%
Rand - Yen
0.12
-0.4%
Platinum
949.20
-0.1%
Palladium
1,023.50
-0.6%
Gold
2,383.93
+0.2%
Silver
28.32
+0.3%
Brent Crude
87.11
-0.2%
Top 40
66,581
-0.9%
All Share
72,637
-0.9%
Resource 10
62,770
-0.8%
Industrial 25
97,324
-1.1%
Financial 15
15,400
-0.5%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE