Share

Awukho ugcobho ngokufa komholi - Amaphoyisa

Gaborone - Uphenyo lwamaphoyisa aseBotswana ngokufa komholi weqembu eliphikisayo, uGomolemo Motswaledi, seliveze ukuthi wawungekho ugcobho ngengozi eyadlula nomphefulo wakhe.

UKhomishana wamaPhoyisa uKeabetswe Makgophe ngoLwesithathu ukhiphe isitatimende esicacisa ngale ngozi eyehlela uNobhala Jikelele we-Umbrella for Democratic Change (UDC) ngomhlaka-30 kuJulayi.

Kuthiwa iqembu i-UDC lizwakalise ukungenami ngalo mbiko kwazise lona lisola ukuthi kukhona isandla semfene kule ngozi.

“Uphenyo luveze ukuthi uMnu Motswaledi washona engozini yomgwaqo, akukho lapho kukhombisa ukuthi kukhona ugcobho ngale ngozi,” kusho uMakgophe kwisitatimende.

UMakgophe uthe babone kungcono bayimemezele emphakathini imiphumela yophenye ngoba bese kunezinkulumo ezisho okunye ezinkundleni zokuxhumana.

Leli qembu lisola ukuthi uhulumeni uyathinteka ngokufa kwalo mholi njengoba lithi abukho ubufakazi obukhombisa ukuthi imoto yagingqika.

IBotswana kulindeleke ukuba ibe nokhetho lukazwelonke ngomhlaka 24 Okthoba kulo nyaka.


   - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

       - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
67% - 797 votes
No! It's time to move on ...
33% - 401 votes
Vote
Rand - Dollar
18.98
+0.2%
Rand - Pound
23.74
+0.3%
Rand - Euro
20.37
+0.2%
Rand - Aus dollar
12.40
+0.0%
Rand - Yen
0.12
+1.0%
Platinum
923.00
-0.3%
Palladium
980.00
-1.1%
Gold
2,348.96
+0.7%
Silver
27.70
+1.0%
Brent-ruolie
89.01
+1.1%
Top 40
69,172
+1.1%
All Share
75,096
+1.0%
Resource 10
62,861
+1.2%
Industrial 25
103,868
+1.3%
Financial 15
15,880
+0.5%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE