Share

Ayanda amadelakufa esifazane eNigeria

Kano – Isikhulu samaphoyisa sithi yidelakufa lesifazane elihlasele edolobheni elisenyakatho yezwe laseNigeria, eKano.

UKhomishana wamaPhoyisa aseKano u-Aderenle Shimanaba uthe isehlakalo senzeke kuleli sonto ngesikhathi kuhlaselwa abafundi abebethweswa iziqu.

Uthe okwamanje abekho asebephumele obala ngokuthi bayathinteka kusona, okuyisehlakalo sesine ukwenziwa ngumuntu wesifazane eKano esikhathini esingangesonto.

U-Isa Ahmed, ongunogada, uthe ubone izidumbu eziyisithupha ngemuva kokuqhuma kwebhomu.

U-Ibrahim Ado Daneji yena uthe umfowabo ushone ngoLwesine ngemuva kokulimala esehlakalweni.

Kusolwa iBoko Haram ngalokhu kuhlasela, njengoba leli qembu selibaqedile abantu muva nje.

Ababili besifazane baziqhumisa ngamabhomu ngeSonto, kwashona abantu abane.

NgoMsombuluko futhi oyedwa wesifazane naye wenze okufanayo egalaji likaphethiloli kwashona abathathu. 



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
33% - 38 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
67% - 78 votes
Vote
Rand - Dollar
19.24
-0.4%
Rand - Pound
23.91
-0.3%
Rand - Euro
20.47
-0.4%
Rand - Aus dollar
12.31
-0.1%
Rand - Yen
0.12
-0.6%
Platinum
948.80
-0.2%
Palladium
1,026.50
-0.3%
Gold
2,383.55
+0.2%
Silver
28.23
+0.0%
Brent Crude
87.11
-0.2%
Top 40
67,190
0.0%
All Share
73,271
0.0%
Resource 10
63,297
0.0%
Industrial 25
98,419
0.0%
Financial 15
15,480
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE