Share

Azobulawa amasosha anqaba ukulwa nabeBoko Haram

Abuja – Inkantolo yaseNigeria igwebe amasosha angu-54 ukuthi abulawe ngenxa yokuthi anqaba ukuba sempini neqembu lamaphekula iBoko Haram ngokusho kwemibiko yabezindaba.

La masosha azobulwa yithimba eliyisipesheli ngokubika kweNigeria Tribune.

Kubikwa ukuthi la masosha agoloza ukungenela impi leqembu lamaSulumane iBoko Haram.

Ngokombiniko la masosha abhekene namanye futhi amacala kwezombutho ahambisana nobugwalwa nokungawuhloniphi umgomo wombutho. 

OLUNYE UDABA: Amasosha abulale abeBoko Haram

Iqembu leli Boko Haram lingelinye lamaqembu asehlukumeze kakhulu e-Afrika ikakhulukazi eNigeria njengoba selibulale abantu abafinyelela ku-4 000 kulo nyaka.

Kuzokhumbuleka ukuthi yilona futhi leli qembu elathumba amantombaane angaphezulu kuka-200 esikoleni.

Kubikwa ukuthi iningi lala mantombazane asashadiswa abe eseguqukela kwinkolo yamaSulumane.

Igama elithi Boko Haram lichaza ukuthi imfundo yasentshonala ayivumelekile.

       - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

         - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
40% - 228 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
60% - 340 votes
Vote
Rand - Dollar
19.00
-0.5%
Rand - Pound
24.02
-0.5%
Rand - Euro
20.51
-0.2%
Rand - Aus dollar
12.35
-0.0%
Rand - Yen
0.13
-0.6%
Platinum
900.15
+0.4%
Palladium
1,000.00
-0.2%
Gold
2,210.45
+0.7%
Silver
24.60
-0.2%
Brent Crude
86.09
-0.2%
Top 40
68,142
+0.7%
All Share
74,329
+0.6%
Resource 10
56,957
+2.3%
Industrial 25
103,635
+0.4%
Financial 15
16,485
-0.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE