Share

Babhekene nendlala abashiye amakhaya eDRC

Geneva – Izimpi eziqhubeka enyakatho neDemocratic Republic of Congo, sezishiye abantu abangaba ngu-88 000, bengenamakhaya, kusho abe-UN Refugee Agency (UNHCR).

Balinganiselwa ku-256 abantu ekubikwa ukuthi bashonile kusukela ngenyanga ka-Okthoba. Kusho okhulumela inhlangano u-Adrian Edwards, othi abantu bagencwa ngezizenze.

Abantu abasesifundazweni iNorth Kivu, ngasemngceleni ongenela e-Uganda, badinga usizo, kusho i-UN.

"Sikhathazekile ngesimo ababhekene naso, kunendlala ekhona kanti isimo sizokuba simbi kakhulu uma singasukunyelwa ngokushesha,” kusho u-Edwards.

AbeHuman Rights Watch (HRW), bacaphune izikhulu ezweni zithi kungenzeka ukuthi abahlaseli ngabeqembu lamaSulumane i-Allied Democratic Forces (ADF), elilwisana nohulumeni.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
42% - 5 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
58% - 7 votes
Vote
Rand - Dollar
19.05
-0.7%
Rand - Pound
23.98
-0.3%
Rand - Euro
20.55
-0.4%
Rand - Aus dollar
12.36
-0.1%
Rand - Yen
0.13
-0.7%
Platinum
894.10
-0.3%
Palladium
996.00
-0.6%
Gold
2,193.32
-0.1%
Silver
24.41
-1.0%
Brent Crude
86.09
-0.2%
Top 40
67,889
+0.3%
All Share
74,074
+0.2%
Resource 10
56,132
+0.9%
Industrial 25
103,554
+0.3%
Financial 15
16,492
-0.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE