Share

Bafuna kuphenywe ngezigidi ezithunyelwe e-SA

Lagos – Inhlangano emele amalungelo abantu eNigeria isinxuse ukuba kuphenywe uhulumeni waseNigeria ngokuthumela imali engu-$9.3million eNingizimu Afrika ngenhloso yokuzothenga izikhali.

Ngokombiko le nhlangano iSoci-Economic Rights and Accountability Project  inxuse abaphenyi bomhlaba ukuba baphenyisie uhulumeni waseNigeria ngenxa yokuthi lo hulumeni waqasha indiza eyisipesheli ukuthumela lesi samba semali eNingizimu Afrika.

OLUNYE UDABA: Elakuleli selithengise izikhali zika-R1.7 billion

Kubikwa ukuthi le mali ebigcwele amapotimende amathathu ishaqwe ngamaphoyisa ophiko olubheka ukuphuma nokungena kwezimpahla kuleli esikhumulweni sezindiza eLanseria eGoli.

Umbiko uthi amaphoyisa aphose imibuzo abesilisa ababili abadabuka eNigeria noyedwa wase-Israel.

Kuzokhumbuleka ukuthi udaba lokuthengisw akwezikhali kuleli wudaba olusematheni njengoba kuqhubeka ikhomsihini kaSeriti edingida ukuthengwa kwezikhali kuleli.


    - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

    - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
67% - 902 votes
No! It's time to move on ...
33% - 439 votes
Vote
Rand - Dollar
18.73
+1.5%
Rand - Pound
23.40
+1.7%
Rand - Euro
20.06
+1.7%
Rand - Aus dollar
12.26
+1.1%
Rand - Yen
0.12
+2.3%
Platinum
924.00
-0.2%
Palladium
966.00
-2.5%
Gold
2,341.38
+0.4%
Silver
27.47
+0.2%
Brent-ruolie
89.01
+1.1%
Top 40
69,366
+1.4%
All Share
75,360
+1.4%
Resource 10
62,534
+0.7%
Industrial 25
103,980
+1.4%
Financial 15
16,105
+1.9%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE