Share

Bakhala ngobuncane bukasayizi wamakhondomu

Kampala - Ongqongqoshe base-Uganda sebamukele izinkonondo eziqhamuka kwabesilisa abasezweni abakhala ngobuncane amakhondomu.

Amadoda athi ubuncane bamakhondomu bukhubaza imizamo yokulwa nengciwane lengculaza.

Bathi ayisebenzi eyokuthi usayizi ulingana wonke amadoda, kusho uNgqongqoshe uTom Aza, etshela abekomidi i-Uganda's Parliamentary Committee for HIV/AIDS.

Funda lolu daba: Asiwadingi amakhondomu emajele - Zambia

"Bathi banezitho zangasese ezinkulu, kumele kunwetshwe amakhondomu. Uma bezithokozisa ngocansi, ikhondomu igcine ngokuqhuma," kusho ungqongqoshe.

"Abanye bakhala ngokuthi mafishane, awabalingani," kusho uNgqongqoshe uMerard Bitekyerezo.

Ilungu lekomidi uSarah Netalisile naye ukhale ngosayizi wathi ubeka engcupheni intsha esakhula.

Ucwaningo olwenziwa ngabe-Indian Council of Medical Research, ngo-2006, lwathola ukuthi u-60% wamadoda aseNdiya anobuntu obungu-2.4 centimeters, nokungusayizi omncane kunamadoda amaningi emhlabeni.





 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 415 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 868 votes
Vote
Rand - Dollar
19.07
+0.4%
Rand - Pound
23.60
+1.0%
Rand - Euro
20.32
+0.3%
Rand - Aus dollar
12.24
+0.5%
Rand - Yen
0.12
+0.4%
Platinum
943.30
-0.8%
Palladium
1,033.50
+0.4%
Gold
2,387.78
+0.4%
Silver
28.65
+1.5%
Brent-ruolie
87.11
-0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE