Share

Elakuleli seligodukise abantu bokufika abangu-14 000

Harare – Iphephandaba elingaphansi koMbuso eZimbabwe libike ukuthi bangaphezulu kuka-14 000 abantu bakuleliya lizwe abagodukiswa besuka eNingizimu Afrika kusukela ngoJanuwari nonyaka.

Izikhulu zithi abantu bokufika abangena kuleli ngokungemthetho bagodukiswa mihla namalanga ngamabhasi asuka eBeitbridge.

Iphephandaba iChronicle libike ukuthi yize lehla izinga labantu bokufika abagodokiswayo, kepha abantu baseZimbabwe abangu-14 450 sebegodukisiwe phakathi kukaJanuwari noSepthemba.

OLUNYE UDABA: Abaphindiselwe emazweni abo abokufika - ISilo

Abanye babagodikisiwe bebengenazo izincwadi ezifanele, kanti abanye bese behlezi ngama-visa aphelelwe yisikhathi.

Kuthiwa abaningi kulaba bebehlala eLimpopo naseGauteng. Akucaci noma laba abagodukisiwe kade bafika na eNingizimu Afrika noma basanda kufika ngoba bebalekela ububha ezweni labo.

IBotswana nayo kuthiwa igodukise abantu baseZimbabwe abangu-13 800 kulo nyaka.

 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 418 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 880 votes
Vote
Rand - Dollar
19.07
+0.5%
Rand - Pound
23.60
+1.0%
Rand - Euro
20.32
+0.3%
Rand - Aus dollar
12.24
+0.5%
Rand - Yen
0.12
+0.4%
Platinum
943.20
-0.8%
Palladium
1,035.50
+0.6%
Gold
2,388.72
+0.4%
Silver
28.63
+1.4%
Brent-ruolie
87.11
-0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE