Share

IBhodi labafundi eZimbabwe lithi lizoziphindisela

Harare – UMengameli weZimbabwe National Students Union (Zinasu) uGilbert Mutubuki usehlanganise intsha ukuthi kube khona ekwenzayo ngodlame olubhekiswe kwabokufika eNingizimu Afrika ngokuba iziphindiselele ngokuhlasela amabhizinisi aseZimbabwe.

IZinasu yibhodi elikhulu labafundi eliseZimbabwe elimela abafundi abayizinkulungwane kuwo wonke amanyuvesi namakolishi ezweni.

Kubulawe abantu abahlanu kubalwa nomfana osekhulile kwaboshwa abangu-46 selokhu luqalile lolu dlame eNingizimu Afrika.

Abantu bokufika abahlukunyezwayo babalelwa ku-7 000 kuleli bahlezi ematendeni anikezelwe nguhulumeni ukuba bakwazi ukufihla amakhanda.

Ekhuluma nezintatheli eHarare engqungqutheleni ebihlelwe yiZimbabwe civic society, uMutubuki uthe sekuyiso isikhathi sokuba intsha iziphindiselele ngokuba ihlasele amabhizinisi eNingizimu Afrika aseZimbabwe afana noPick n Pay.

OLUNYE UDABA: Kuhlaselwa amaloli akuleli emngceleni iLebombo

"Njengamanje kunamabhizinisi aseNingizimu Afrika asebenza ngenkululeko kodwa abafowethu bayabulawa eNingizimu Afrika.

"Namuhla ekuseni abafundi baseMzansi bahlezi ngokuthula badla isidlo sasekuseni eesikhungweni semfundo ephakeme yaseZimbabwe kodwa abafowethu nodadewethu bayabulawa.

"Sekufanele senze okufanayo nathi kuwo wonke amabhizinisi akuleli aseNingizimu Afrika," kusho uMutubuki.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
49% - 482 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
51% - 507 votes
Vote
Rand - Dollar
19.11
+0.4%
Rand - Pound
23.79
-0.4%
Rand - Euro
20.46
-0.0%
Rand - Aus dollar
12.40
-0.1%
Rand - Yen
0.12
+0.4%
Platinum
920.00
-1.2%
Palladium
1,026.00
+1.0%
Gold
2,322.85
-0.2%
Silver
27.32
+0.5%
Brent-ruolie
87.00
-0.3%
Top 40
68,051
+0.8%
All Share
74,011
+0.6%
Resource 10
59,613
-2.2%
Industrial 25
102,806
+1.7%
Financial 15
15,897
+1.8%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE