Share

IKenya ngeke izamukele izitabane - USekela Mengameli

Cape Town – Izwe laseKenya ngeke nangephutha liyamukele impilo yobutabane ngokusho kukaSekela Mengameli walo uWilliam Ruto oqhube wathi le mpilo ayihambisana nenkolo yobuKristu.

Ngokubika kweStandard Media uRuto ukusho lokhu ngesikhathi ekhuluma ebandleni iJesus Winner Ministry eKasarani.

“Sizobambisana nabaholi bezenkolo ukulwa nale mpilo.

OLUNYE UDABA:‘IZambia neZimbabwe yizithupha ziya egwayini’

Ngeke siyivumele impilo yobutabane ngokuba ayihambisani nenkolo noma nosiko lwethu,” uRuto ecashunwa.

Inkulumo kaRuto iqhamuka ngemuva kwezinsuku inkantolo ephakeme inxuse uhlaka oluzimele lukahulumeni ukuba lamukele ngokusemthethweni inhlangano emele amalungelo ezitabane ezweni.

IKenya ibalwa njengelinye lamazwe acwasa kakhulu impilo yobutabane njengoba ucwaningo lwango-2007 lwathola ukuthi abantu abangu-96 baseKenya baveza ukuthi abahambisani nale mpilo njengoba beyibona iphambene nomthetho.

        - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

         - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
How often do you go to the cinema to watch new movies?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Often - nothing beats the big screen
2% - 26 votes
Hardly - I prefer streaming online
66% - 729 votes
Sometimes - it depends on the film release
31% - 347 votes
Vote
Rand - Dollar
19.15
-0.7%
Rand - Pound
23.82
-0.6%
Rand - Euro
20.39
-0.5%
Rand - Aus dollar
12.30
-0.5%
Rand - Yen
0.12
-0.6%
Platinum
950.40
-0.3%
Palladium
1,028.50
-0.6%
Gold
2,378.37
+0.7%
Silver
28.25
+0.1%
Brent-ruolie
87.29
-3.1%
Top 40
67,190
+0.4%
All Share
73,271
+0.4%
Resource 10
63,297
-0.1%
Industrial 25
98,419
+0.6%
Financial 15
15,480
+0.6%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE