Monrovia – Izwe laseLiberia ngeSonto linxuse bonke abasinde kwi-Ebola ukuba belule isikhathi bengalwenzi ucansi noma bazivikele ngemuva kokuba bethola okusha ngaleli gciwane.
Lelizwe laseNtshonalanga Afrika ligqemeke engeqiwantwala ngasekuqaleni kwenyanga ngemuva kokutholakala komunye wesifazane enegciwane le-Ebola, ekubeni besekucatshwanga ukuthi isiyanqotshwa.
Funda nalolu daba: IBoko Haram ibulale abangu-41 kuvotwa eNigeria.