Share

IWHO isimemezele ukuthi ayisekho i-Ebola eNigeria

Lagos – Inhlangano yezempilo emhlabeni iWorld Health Organisation (WHO) idalule ukuthi asisekho isifo se-Ebola eNigeria kulandela izinsuku ezingu-42 kungabikwanga muntu onalesi sifo kuleli lizwe. 

Lokhu kulandela ukuthi le nhlangano imemezele ukuthi neSenegal isikhululekile ngalesi sifo.  

Le nhlangano income iNigeria ngendlela elusingathe ngayo udaba lwe-Ebola nokunakekela labo ebese behaqiwe.

OLUNYE UDABA: Ukhishwe endizeni oncokole ngokuthi une-Ebola

Ngokombiko we-eNCA kusukela ngosuku lokuqala kutholakala isiguli sokuqala esihaqwe yile sifo iNigeria yaphuthuma ngamandla ukuhlela izindawo zikugcina abanalesi sifo ngaphambi kokuthi ilungise nendaba yemishanguzo yayo.

IWHO ithe iNigeria yakhombisa ukuba yizwe elikwaziyo ukubhekana nezifo ezingomashayabhuqe ngoba yaze yahlela nocingo abantu abangalishayela uma kukhona abamsolwa ngokuthi uhaqwe yilesi sifo esesibulale abantu abangaphezulu kuka-4 000 emazweni ase-Afrika namaphethelo.  

Le nhlangano iphinde yanxua amanye amazwe ahaqwe yilesi sifo ukuba abukele kwiNigeria nangendlela ebhekane ngayo nalesi sifo.

   - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

      - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
49% - 391 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
51% - 404 votes
Vote
Rand - Dollar
19.12
+0.4%
Rand - Pound
23.80
-0.4%
Rand - Euro
20.46
-0.1%
Rand - Aus dollar
12.40
-0.1%
Rand - Yen
0.12
+0.2%
Platinum
921.80
-1.0%
Palladium
1,023.00
+0.7%
Gold
2,328.37
+0.1%
Silver
27.24
+0.2%
Brent Crude
87.00
-0.3%
Top 40
68,054
+0.8%
All Share
73,976
+0.6%
Resource 10
59,749
-2.0%
Industrial 25
102,659
+1.6%
Financial 15
15,881
+1.7%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE