Share

IZambia kumele ibambe ukhetho ezinsukwini ezingu-90

Lusaka – Amazwi enduduzo asalokhu etheleke njalo eZambia ngokudlula emhlabeni kukaMengameli wakhona uMichael Sata.

USata ushonele eLondon lapho ebethola khona ukwelashwa ngemuva kokugula isikhathi eside.

Kubikwa ukuthi uSata obeseneminyaka engu-77 ubudala ushonele esibhedlela iKing Edward VII ngoLwesibili. 

Lo mengameli uzokhumbuleka ngesiteketiso sakhe esithi King Cobra kwazise ubezikhulumela engasabi ukubeka uvo lwakhe kanti inkulumo yakhe yokugxeka izinkampani zangaphandle zezimayini kwamdalela amazinyo abushelelezi kubatshali bezimali.

OLUNYE UDABA: Akasekho uMengameli waseZambia: Umbiko

USata othathe izintambo zobumengameli ngo-2011 beyingakabikwa imbangela yokudlula kwakhe emhlabeni. 

Kuzokhumbuleka ukuthi ubusuqalile umbango wesikhundla sobuMengameli eZambia njengoba uSata ubesaxinekile kanti ngokomthethosisekelo wamazwe kuzomele leli lizwe libambe ukhetho zingakapheli izinsuku ezingu-90 ngemuva kokushona kwakhe. 

Kulesi sikhundla sobumengameli kulindeleke ukuthi obenguNgqongqoshe wezokuVikela u-Edgar Lungu noma uSekela Mengameli walo uGuy Scott kube ngyedwa wabo oqhoqhobala lesi sikhundla.

Uma uScott ephumelela uzoba nguMengameli wokuqala omhlophe e-Afrika kusukela ngo-1994.


    - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

       - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
31% - 487 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
69% - 1080 votes
Vote
Rand - Dollar
19.29
-0.7%
Rand - Pound
23.87
-1.1%
Rand - Euro
20.58
-1.2%
Rand - Aus dollar
12.38
-1.1%
Rand - Yen
0.12
-1.2%
Platinum
943.50
+0.0%
Palladium
1,034.50
-0.1%
Gold
2,391.84
+0.0%
Silver
28.68
+0.0%
Brent Crude
87.29
+0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE