Share

Ibhomu libulale amasosha amahlanu e-UN eMali

Bamako – Ibhomu ebelisemgwaqeni enyakatho yezwe laseMali libulale abahlanu abajutshelwe ukugcina ukuthula kuleliya lizwe lalimaza inqwaba ngoLwesine, kusho okhulumela iNhlangano yezizwe ekhuluma ngesehlakalo sakamuva sokuhlaselwa kwamasohsa.

Imoto ebithwele amasosha aseChad ishayise ibhomu enyakatho ye-Aguel'hoc, okuyindawo eseduzane nedolobha laseKidal, kusho u-Olivier Salgado.

Funda nalolu daba: Kushone isosha kuhlasela idelakufa eMali.

UNobhala Jikelele weNhlangano yeZizwe uBan Ki-moon uzwakalise ukukhathazeka kwakhe ngesehlakalo wabe esenxusa ukuba kuthathwe izinyathelo ngokushesha ukuze kunqandwe lokhu kuhlaselwa kwamasosha e-UN obuhambisana nogugwala, kusho okhulumela i-UN uStephane Dujarric.

Uqhube wathi kusukela kwatshalwa amasosha e-UN ezweni laseMali ngomhlaka 1 Julayi 2013, uthe angu-21 amasosha asebulewe ngamabhomu kanti sekulimale angu-84.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
48% - 1032 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
52% - 1104 votes
Vote
Rand - Dollar
19.21
-0.5%
Rand - Pound
23.95
-0.7%
Rand - Euro
20.56
-0.5%
Rand - Aus dollar
12.48
-0.7%
Rand - Yen
0.12
-0.2%
Platinum
912.40
-0.8%
Palladium
1,005.00
-2.1%
Gold
2,314.58
-0.3%
Silver
27.17
-0.5%
Brent Crude
88.42
+1.6%
Top 40
68,574
+0.8%
All Share
74,514
+0.7%
Resource 10
60,444
+1.4%
Industrial 25
104,013
+1.2%
Financial 15
15,837
-0.4%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE