Share

Ibulawe yinsini inkantolo ngemuva kokuzwa elendle

Bulawayo - Kuchwaze inkantolo ngemuva kokuthi owesifazane waseMutare eyitshele ukuthi washaywa ngowesifazane osembangweni nendokazi yakhe ngendle ehembeni lakhe.

AbeManicas Post babike ukuthi uRegina Mupondo uvele ngaphambi kweManthsi yeNkantolo  yaseMutare uYeukai Chigodora ecela incwadi yokuzivikela kuPamela Munyamane.

UMunyamane uziphikisile izinsolo zokuthela uMupondo ngendle.

OLUNYE UDABA: Owayeboshiwe ucele incwadi yokuzivikela enkantolo

UMunyamane uthe: “UMupondo ngimaze ngemuva kokufika kwamaphepha ambizela enkantolo. Umuntu ebengimazi indodakazi yakhe engiyazela ngokujola nomyeni wami. Angikaze ngimenze lutho.”

Yize kunjalo uMupondo utshele inkantolo ukuthi uMunyamane uyamuhlupha njengoba ehlezi emsukela.

Muponda uthe: "Usewake wafika ekhaya eMazhambe eSakabvu wafike washaya ubabawami futhi ngiliphethe nehembe aligcolisa ngendle ngesikhathi engishaya ngayo.

“Nkosi yeNkantolo ngifike nob aba wami ozongifakazela ngalokhu engikushoyo.

IMantshi ivuneuMupondo yamunika icwadi yokuzivikela kuMunyamane, kubika iBulawayo24.


- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
42% - 354 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
58% - 487 votes
Vote
Rand - Dollar
18.94
-0.2%
Rand - Pound
23.91
-0.1%
Rand - Euro
20.45
+0.1%
Rand - Aus dollar
12.35
+0.0%
Rand - Yen
0.13
-0.2%
Platinum
904.58
+0.9%
Palladium
1,012.82
+1.1%
Gold
2,219.05
+1.1%
Silver
24.81
+0.7%
Brent-ruolie
86.09
-0.2%
Top 40
68,346
+1.0%
All Share
74,536
+0.9%
Resource 10
57,251
+2.9%
Industrial 25
103,936
+0.6%
Financial 15
16,502
-0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE