Share

Ifake isicelo esisha eyezitabane eBotswana

Gaborone – Inhlangano elwela amalungelo ezitabane eBotswana iLesbians Gays and Bisexual of Botswana (Legabibo) iveze ukuthi izoqala phansi ihambisa incwadi yokuthi ibhaliswe ngokusemethethweni.

Ngokombiko iLegabibo izoqala kabusha ifake isicelo kuhulumeni ukuthi ayibhalise ngokusemthethweni njengenhlangano egunyaziwe ukuthi ikwazi ukulwela amalungelo abantu abaphila impilo yobutabane nalabo abazishintsha ubulili.  

Le nhlangano ifaka lesi si cello kabusha kulandela ukuthi ivunwe yinkantolo ngemuva kokuthi uhulumeni waseBotswana anqaba ukuyibhalisa ngokusemthethweni.

OLUNYE UDABA: Inkantolo iyalele uhulumeni abhalise eyezitabane

Ngesikhathi uhulumeni uchitha le nhlangano waveza ukuthi isizathu ngesokuthi iBotswana ayibamukeli abantu abaphila impilo yobutabane. 

“Sisebenzisa nethimba labameli bethu ukuphothula izincwadi zesicelo sethu ukuthi sikwazi ukuthi sibhaliswe ngokusemthethweni ezweni lethu njengoba sizimisele ukuthi amaphepha siwahambisa kusasa,” kusho omunye wabagqugquzeli beLegabibo uCaine Youngaman.

Uthe kwisicelo sabo bazophinde bafake namaphepha asenkantolo ukuze aseke isicelo sabo, UYoungman uthe unethemba ukuthi isicelo sabo sizophumelela.

      - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

          - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
31% - 481 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
69% - 1058 votes
Vote
Rand - Dollar
19.29
-0.7%
Rand - Pound
23.87
-1.1%
Rand - Euro
20.58
-1.2%
Rand - Aus dollar
12.38
-1.1%
Rand - Yen
0.12
-1.2%
Platinum
943.50
+0.0%
Palladium
1,034.50
-0.1%
Gold
2,391.84
+0.0%
Silver
28.68
+0.0%
Brent Crude
87.29
+0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE