Share

Inkantolo igwebe ababhikishi abangu-68 eGibhithe

Cairo – Inkantolo yaseGibhithe igwebe ababhikishi abaseke owayenguMengameli waleli lizwe owaketulwa uMohamed Morsi abangu-68 iminyaka engu-15 bebhadla ejele.

Ngokombiko laba babhikishi bagwetshwe ngoLwesibili ngemuva kokuthi beboshwe ngonyaka owedlule embhidlangweni owaholela ekutheni kudutshulwe kubulawe abantu abangu-50 ababebanga namaphoyisa eCairo.  

Kubikwa ukuthi le nkantolo yaseCairo igwebe abanye abahlanu bagwetshwe eyishumi.

OLUNYE UDABA: Kuhlatshwa uhulumeni wase-Egypt

Kubikwa ukuthi amaphoyisa abaphethe ngesandla senzimbi labo abaseka uMorsi kwazise bayaziphundisela njengoba naye esenguMengameli wayehlukumeza abantu.

Ukugwetshwa kwalaba babhikishi kulandela okunye okwenzeke ngesonto eledlule lapho kugwetshwe abangu 86 iminyaka efanayo ngamacala afanayo.

Umbiko uveza ukuthi uMorsi naye ubhekene namacala ahlukene futhi kungenzeka athole isigwebo sentambo uma etholakala enecala.  

   - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

     - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
67% - 749 votes
No! It's time to move on ...
33% - 374 votes
Vote
Rand - Dollar
19.00
+0.1%
Rand - Pound
23.79
+0.0%
Rand - Euro
20.41
-0.0%
Rand - Aus dollar
12.44
-0.3%
Rand - Yen
0.12
+0.7%
Platinum
924.70
-0.1%
Palladium
983.50
-0.7%
Gold
2,348.09
+0.7%
Silver
27.67
+0.9%
Brent Crude
89.01
+1.1%
Top 40
69,102
+1.0%
All Share
75,018
+0.9%
Resource 10
62,955
+1.4%
Industrial 25
103,702
+1.1%
Financial 15
15,853
+0.3%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE