Share

Intombi ilume 'induku' yesoka ingalifuni ucansi

Harare - Ilunye 'induku' ndoda yaseZimbabwe yayicabanga ukuthi isikulungele ukuzibandakanya ocansini nentombi yayo kodwa intombi ingakakulungeli.

Ngokusho kwabewww.myzimbabwe.co.zw, lezi zithandani zase zithandane izinsukwana ngaphambi kokuba le ndoda ithathe isinqumo sokuba ivakashelwe yintombi endlini yayo ngenhloso yokuzithokozisa ngocansi nayo.

Lo wesifazane wala ukuzibandakanya ocansini nesoka.

OLUNYE UDABA: Ubaleke esibhedlela ophukelwe wukhukhamba 'enkomeni'

Le ndoda yabe isiyiphoqela ocansini kodwa intombi yavele yangena isoka ngezinyo, yaluma induku yalo.

"Intombi yaphuma ibaleka imemeza ithi nangu efuna unkugidlwengula. Izimpahla zentombazane zazidabukile zinamachaphazelo egazi. Ngokuhamba kwesikhathi kwaphuma isoka limemeza lifuna usizo abantu bavele baxakeka ngoba isoka nalo ligcwele igazi emzimbeni.

"Savele sabona ukuthi intombi ilume 'induku' yesoka layo ngamazinyo.

"Le ndoda isasesibhedlela yize odokotela bekwazile ukuyisiza," kusho owayekhona kwenzeka lesi sigameko.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
31% - 86 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
69% - 192 votes
Vote
Rand - Dollar
19.25
-0.4%
Rand - Pound
23.89
-0.3%
Rand - Euro
20.46
-0.3%
Rand - Aus dollar
12.31
-0.1%
Rand - Yen
0.12
-0.7%
Platinum
949.10
-0.1%
Palladium
1,025.50
-0.4%
Gold
2,383.03
+0.2%
Silver
28.29
+0.2%
Brent Crude
87.11
-0.2%
Top 40
67,190
0.0%
All Share
73,271
0.0%
Resource 10
63,297
0.0%
Industrial 25
98,419
0.0%
Financial 15
15,480
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE