Share

Isidumbu somfundi sitholakale sizungezwe amakhondomu

Karatina – Kutholakale isidumbu somfundi oneminyaka engu-20 ubudala wasenyuvesi eseKenya ngasesangweni lendawo abeqashe kuyo edolobheni iKaratina.

Lo mfundi, odabuka eMathioya, uqale ukufunda kule nyuvesi ngenyanga eyedlule enza izifundo zebhizinisi.

Kubikwa ukuthi ushone ngemuva kokuhlaselwa abantu abangaziwa abamgqeme ngesikhali esibuthuntu.

Isikhulu sendawo, uDaniel Ngatia, sithe kusolakala ukuthi lo mfundi ubulawe kubangwa intombi njengoba isidumbu sakhe besikakwe amakhondomu asesetshenzisiwe.

OLUNYE UDABA: Kutholakale isidumbu sosana emgwaqeni

Owamaphoyisa uMwiti Mathiu uthe okwamanje abayazi imbangela yalokhu kuhlasela kanti uphenyo luyaqhubeka.

Uqhube ngokunxusa inyuvesi ukuba inikeze abafundi indawo yokuhlala ngoba abaphephile uma behlala ngaphandle.

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Are you among the many South Africans who've added more tinned fish to their grocery baskets?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, pilchards is the new chicken
40% - 357 votes
No, I can't stand canned foods
60% - 539 votes
Vote
Rand - Dollar
18.64
-0.7%
Rand - Pound
23.28
-0.5%
Rand - Euro
20.03
-0.6%
Rand - Aus dollar
12.24
-0.2%
Rand - Yen
0.12
-0.2%
Platinum
973.50
-0.6%
Palladium
971.00
-0.3%
Gold
2,316.10
+0.1%
Silver
27.25
0.0%
Brent-ruolie
83.16
-0.2%
Top 40
70,691
-0.1%
All Share
76,864
-0.1%
Resource 10
60,432
-1.0%
Industrial 25
107,397
+0.2%
Financial 15
16,724
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE