UNdlukula kuthiwa wabe esesabisa lo wesifazane ngokuthi uzomenza anyamalale uma eqhubeka nokunqaba ukuthi bazitike ngocansi.
Lesi sikhulu siphinde sisolwe futhi ngokudlwengula ingane yentombazane, 9.
OLUNYE UDABA: Kugwetshwe oweqembu lezombusazwe ngelokudlwengula
Umbiko uqhuba ngokuthi uNdlukula uwujwayele umkhuba wokufuna ucansi ngenkani kwabesifazane abanabayeni abasebenzela ezindaweni ezikude.
Lo wesifazane, othi wayesabela impilo yakhe, wagcina evumile ukulala noNdlukula.
- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho