Share

Isimanga owesilisa ethi uthandana nodadewabo

Harare - Owesilisa waseZimbabwe obhekene necala lokudlwengula udadewabo, 16, umangaze inkantolo ngesikhathi ethi bayathandana kanti umama wabo wabanikeza isibusiso sokuthi baqhubeke nalobu budlelwane.

Ngokombiko we-myzimbabwe.co.zw, ummangalelwa, 20, uthi yena nodadewabo bebevumelana uma beya ocansini.

Lokhu kwenzeka ngemuva kokuthi kube ngumama wabo owaphakamisa ukuthi abalale ndawonye.

Lokhu kwaholela ekutheni lezi zelamani ziqale ukuzibandakanya ocansini.

Umama walezi zingane, nokuthiwa akaphilile kahle ekhanda, uyaziphika lezi zinsolo.

Ummangalelwa ezikhulumela uthe: “Nkosi yenkantolo, udadewethu nami sisondelene kakhulu. Njalo uma siya ocansini sisuke sivumelene, angizange ngimdlwengule.

“Umama owadala yonke le nto ngokuthi athi asilale ndawonye, nokwagcina ngokuthi silalane.”

Kuthiwa lezi zithandani zishiye umphakathi umangele ngendlela ebeziziphatha ngayo, kucaca ukuthi ziyathandana.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
50% - 386 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
50% - 393 votes
Vote
Rand - Dollar
19.15
+0.2%
Rand - Pound
23.83
-0.5%
Rand - Euro
20.49
-0.2%
Rand - Aus dollar
12.41
-0.3%
Rand - Yen
0.12
+0.1%
Platinum
921.60
-1.0%
Palladium
1,031.00
+1.5%
Gold
2,331.41
+0.2%
Silver
27.34
+0.6%
Brent Crude
87.00
-0.3%
Top 40
68,029
+0.8%
All Share
73,979
+0.6%
Resource 10
59,843
-1.8%
Industrial 25
102,554
+1.5%
Financial 15
15,891
+1.8%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE