Share

Isingenele naseSenegal i-Ebola

Dakar – Sekuqinisekiswe ukuthi kutholakale umuntu wokuqala onegciwane le-Ebola eSenegal, endaweni enkulukazi yezamabhizinisi neyisizinda sezinhlangano ezihlinzeka ngosizo kubantu eNtshonalanga Afrika, kusho uNgqongqoshe wezeMpilo u-Awa Marie Coll Seck etshela abezindaba ngoLwesihlanu.

UNgqongqoshe uthe umuntu otholwe nalesi sifo ungowokudabuka eGuinea, okuyizwe okwaqala khona ukubonakala leli gciwane ngoMashi.

Khonamanjalo, ucwaningo lwegazi labanye abantu ababulawa i-Ebola eSierra Leone luveze ukuthi leli gcinawe liyashintsha shintsha ngokwahlukana kwabantu, nokuyinto engase ilimaze imizamo yokulilapha, kusho ucwaningo ngoLwesine.

"Ngesikhathi senza ucwaningo sithole ukuthi leli gciwane lenza njengawo wonke amanye amagciwane," kusho uPardis Sabeti waseHarvard University and the Broad Institute. 





 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
31% - 482 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
69% - 1067 votes
Vote
Rand - Dollar
19.29
-0.7%
Rand - Pound
23.87
-1.1%
Rand - Euro
20.58
-1.2%
Rand - Aus dollar
12.38
-1.1%
Rand - Yen
0.12
-1.2%
Platinum
943.50
+0.0%
Palladium
1,034.50
-0.1%
Gold
2,391.84
+0.0%
Silver
28.68
+0.0%
Brent Crude
87.29
+0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE