Share

Isiphenduke ihlaya eyeziqu zikaGrace Mugabe

Durban – Isiphenduke ihlaya eyokuthweswa iziqu zobudokotela kaGrace Mugabe eHarare kulandela ukuthi umyeni wakhe uRobert Mugabe, onguShansela e-University of Zimbabwe (UZ), amhlonipha ngalezi ziqu ze-PhD.

Lowo owayenguNgqongqoshe wezeziMali uTendai Biti kuthiwa ubedingida eyesimo somnotho ezweni nabanye, kwathi kusenjalo kwaqhululwa amahlaya ngale ndaba kaGrace, kubika iDaily News.

Kuthiwa uGrace wabhalisa emasontweni ambalwa edlule njengomfundi kule nyuvesi enjalo nje akazange ahlolwe.

OLUNYE UDABA: Bathukile uGrace Mugabe enikwa i-PhD

“Ngithanda ukusho esidlangalaleni ukuthi angisoze ngathweswa iziqu ze-PhD ngenxa yezizathu ezisobala,” kusho uBiti, kwaqhuma uhleko.

Isifundiswa esaziwayo eZimbabwe u-Ibbo Mandaza uthe ukunikezwa kukaGrace lezi ziqu kuzothunaza isithunzi sale nyuvesi.

UGrace wayeka ukufunda e-University of London, lapho ayenza khona izifundo zesiNgisi, ngemuva kokufeyila izifundo eziningi ngo-2004.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think Minister Blade Nzimande made the right call to dissolve the NSFAS board?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, NSFAS mismanagement is costing students
29% - 91 votes
No, it's suspicious given that he's implicated
71% - 224 votes
Vote
Rand - Dollar
19.02
-0.2%
Rand - Pound
23.63
-0.0%
Rand - Euro
20.19
-0.2%
Rand - Aus dollar
12.22
+0.0%
Rand - Yen
0.12
-0.2%
Platinum
980.40
+0.4%
Palladium
1,035.00
-1.4%
Gold
2,387.21
+0.2%
Silver
28.76
-0.4%
Brent Crude
90.10
-0.4%
Top 40
68,349
0.0%
All Share
74,519
0.0%
Resource 10
63,879
0.0%
Industrial 25
100,148
0.0%
Financial 15
15,828
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE