Share

Kubanjwe ungqondongqondo waseSomalia eKenya

Nairobi - Amaphoyisa aseKenya aseqinisekise ukuthi indoda eboshiwe edabuka eSomali, iyiphekula eligungqondongqondo oseqenjini i-Al Shabab edlelana ne-Al Qaeda.

Umbiko wamaphoyisa uthi uHassan Hanafi, ubekade efunwa amaphoyisa asezweni lakhe ngesehlakalo sokubulawa kwentatheli.

"Umsolwa uphekwe ngemibuzo isikhathi esingamasonto amabili, waqala waqamba amanga wazibiza ngoYusuf Hassan Abdisalam Yusuf, ugcine evumile ukuthi unguHanafi," kusho isikhulu samaphoyisa esingathandanga ukudalulwa.

Ngokusho kwamaphoyisa, uhulumeni waseSomalia usucele ukuthi uHanafi abuyiselwe ezweni lakhe, kuze ezobhekana namacala.

Uhulumeni waseSomalia uthi uHanafi nguye ophethe uphiko lwe Al-Shabab ezweni, usolwa ngamacala okubulawa kwabantu abaningi abahlanganisa nentatheli.

Ukuhlaselwa kwabezindaba kuthe ukwanda eSomalia phakathi kuka-2012 no-2013.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
48% - 1049 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
52% - 1126 votes
Vote
Rand - Dollar
19.21
+0.0%
Rand - Pound
23.95
-0.0%
Rand - Euro
20.57
-0.1%
Rand - Aus dollar
12.50
-0.1%
Rand - Yen
0.12
+0.1%
Platinum
910.40
-0.2%
Palladium
996.50
-0.9%
Gold
2,315.43
-0.0%
Silver
27.11
-0.2%
Brent-ruolie
88.02
-0.5%
Top 40
68,574
0.0%
All Share
74,514
0.0%
Resource 10
60,444
0.0%
Industrial 25
104,013
0.0%
Financial 15
15,837
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE