Share

Kubi kudokotela otheleleke nge-Ebola

Fort Worth - Udokotela waseMelika, uKent Brantly, nobejutshwe eLiberia ukuba ayoqhuba umsebenzi wokusiza abantu, kubikwa ukuthi ubangwa nezibi kulandela ukutheleleka nge-Ebola.

UBrantly, nobekholelwa kakhulu ekusizeni abantu, manje nguye oselele embhedeni elwela impilo yakhe esibhedlela esiseMonrovia, eLiberia, ngemuva kokwesuleleka ngalo bhubhane.

Lo dokotela owaqeqeshwa eTexas uthi "kuyamsabisa" ukucabanga ukuthi kuzokwenzakalani uma leli gciwane liqhubeka libhebhetheka, ngokusho kukaDkt David Mcray, noyisikhulu eJohn Peter Smith Hospital, eFort Worth.

"Ngikhuleka ngethemba lokuthi uNkulunkulu uzongisiza nginqobe leli gciwane," kusho uBrantly ebhalela uMcray i-email ngoMsombuluko.

Lo dokotela uphinde wacela ukuba kuphinde kukhulekelwe uNancy Writebol, nongumsebenzi wezempilo waseMelika naye owesuleleke ngaleli gciwane.

Kuthiwa isimo sikaBrantly sibi kakhulu kanti nokuvala kwemingcele kuvimbela ukuthi ayolashelwa kwelakubo.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
41% - 574 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
59% - 818 votes
Vote
Rand - Dollar
18.89
+0.3%
Rand - Pound
23.87
+0.1%
Rand - Euro
20.39
+0.2%
Rand - Aus dollar
12.32
+0.1%
Rand - Yen
0.12
+0.2%
Platinum
908.05
0.0%
Palladium
1,014.94
0.0%
Gold
2,232.75
-0.0%
Silver
24.95
-0.1%
Brent Crude
87.00
+1.8%
Top 40
68,346
0.0%
All Share
74,536
0.0%
Resource 10
57,251
0.0%
Industrial 25
103,936
0.0%
Financial 15
16,502
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE