Share

Kuboshwe umfundisi wamanga

Accra - Kuboshwe umfundisi ngokuqasha owesifazane ukuba azenze okhubazekile “wabe esemelapha ngesikhathi kuqhubeka inkonzo,” ngokusho kombiko.

UJonas Abedi waxhumana noReverend Ewurama Annan, emtshela ukuthi ungumfundisi ozinze eNew York, ngokusho kwe-Citi 97.3.

U-Annan wammema lo mfundisi ukuba eze esontweni lakhe, iFounder of Power Explosion Chapel eTantra Hills e-Accra, ngesikhathi ethi uzohambela amasonto aseGhana.

Ngesikhathi efika esontweni waqala ukwenza imigilingwane yakhe, welapha owesifazane owayekhubazekile owayefike ehamba nodadewabo, waphinde wadalula inezinto eziningi kokunye wesifazane.

U-Annan waqala ukusola ngemuva kokubona ukuthi bonke abantu abelashwayo nabatshelwa izindaba zabo akubona abebandla lakhe.

Funda nalolu daba: Ingwenya idle owesifazaen okhulelwe.

Wabiza izikhulu zebandla wacela ukuba zimbukise kahle lento.

Kuthiwa ngemuva kwenkonzo, owesifazane owelashwa, udadewabo kanye nabalisa ababili bahlangane egaraji likaphethiloli, nokuyilapho lo mfundisi mbumbulu aya kubona wafike wabanikeza imali.

Laba balisa baboshwe kanye nomfundisi ehhotela  elithile.

Abesifazane bavumile ukuthi babethengiwe nokuthi bakhokhelwa uGH¢50 (R172.23) umuntu emunye.


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 167 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 359 votes
Vote
Rand - Dollar
19.21
-0.2%
Rand - Pound
23.91
-0.3%
Rand - Euro
20.45
-0.3%
Rand - Aus dollar
12.33
-0.2%
Rand - Yen
0.12
-0.4%
Platinum
953.80
+0.4%
Palladium
1,028.00
-0.2%
Gold
2,387.87
+0.4%
Silver
28.44
+0.8%
Brent Crude
87.11
-0.2%
Top 40
66,666
-0.8%
All Share
72,734
-0.7%
Resource 10
62,974
-0.5%
Industrial 25
97,631
-0.8%
Financial 15
15,348
-0.9%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE