Share

Kubulawe 133 kwalimala 100 empini yowomhlaba

Khartoum – Kubulawe abantu abangu-133 kwalimala abangaphezulu kwekhulu kwizimpi eziqhubekayo eSudan phakathi kwamaqembu amabili entshonalanga yeKordofan.

Kubikwa ukuthi lezi zimpi ziqhubeka phakathi kwamaqembu i-Awlad Omran ne-Al-Zyoud ezinhlanga zama-Arabi njengoba zaqala ngenxa yombango womhlaba.

OLUNYE UDABA: Ziphinde zamiswa izingxoxo zokuthula eS Sudan

UMukhar Babo Nimr ongomunye wabaholi endaweni yaseKordofan uthe:

“Lezi zimpi ziyingozi kakhulu ngoba kusetshenziswa izibhamu nezikhali ezinzima kakhulu endaweni yaseKwak,” esho. 

Izikhulu zikahulumeni bezingakatholakali ukuze ziphawule ngalezi zimpi eziqhubekayo.

Indawo esentshonalanga yeKordofan iyona ehamba phambili ekukhiqizeni uwoyela ezweni laseSudan.

Kubikwa ukuthi la maqembu afuna ukuhola le ndawo enomnotho omkhulu kuleli lizwe osekunesikhathi lihaqwe yizimpi.

       - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

       - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
66% - 647 votes
No! It's time to move on ...
34% - 334 votes
Vote
Rand - Dollar
19.01
+0.0%
Rand - Pound
23.78
+0.1%
Rand - Euro
20.41
-0.0%
Rand - Aus dollar
12.45
-0.4%
Rand - Yen
0.12
+0.4%
Platinum
931.20
+0.6%
Palladium
990.50
0.0%
Gold
2,341.71
+0.4%
Silver
27.66
+0.8%
Brent Crude
89.01
+1.1%
Top 40
68,437
0.0%
All Share
74,329
0.0%
Resource 10
62,119
0.0%
Industrial 25
102,531
0.0%
Financial 15
15,802
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE