Share

Kubulawe amaphoyisa angu-11 kuqhuma ibhomu

Sinai – Kushone amaphoyisa ase-Egypt angu-11 abesemotweni ngesikhathi kuqhuma ibhomu eceleni komgwaqo eduze kwabo eSinai Peninsula.

Ngokubika kwe-eNCA lesi sigameko senzeke ngoLwesibili.

Kuthiwa amasosha ama-Islamist yiwona ahlasela amaphoyisa namasosha aseGibhithe selokhu kwaketulwa uMengameli Mohamed Morsi ngoJulayi wonyaka odlule.   

Kubikwa ukuthi kuphinde kwalimala namanye amane kulesi sigameko okusolakala ukuthi besivele siqondiswe emaphoyiseni.

Iqembu elizibiza ngama-Ansar Beit al-Maqdis laphumela obala ngokuthi yilona elihlasela amaphoyisa ngemuva kokubula kwabaholi balo.

Babalelwa ku-1 400 abantu asebebulewe selokhu uMorsi aketulwa okuhlanganisa nabangu-700 ababulawa ngosuku olulodwa ngomhlaka-14 Agasti 2013.


   - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

    - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
How often do you go to the cinema to watch new movies?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Often - nothing beats the big screen
2% - 26 votes
Hardly - I prefer streaming online
66% - 728 votes
Sometimes - it depends on the film release
31% - 345 votes
Vote
Rand - Dollar
19.15
-0.7%
Rand - Pound
23.82
-0.6%
Rand - Euro
20.39
-0.5%
Rand - Aus dollar
12.30
-0.5%
Rand - Yen
0.12
-0.6%
Platinum
950.40
-0.3%
Palladium
1,028.50
-0.6%
Gold
2,378.37
+0.7%
Silver
28.25
+0.1%
Brent-ruolie
87.29
-3.1%
Top 40
67,190
+0.4%
All Share
73,271
+0.4%
Resource 10
63,297
-0.1%
Industrial 25
98,419
+0.6%
Financial 15
15,480
+0.6%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE