Share

Kubuyiselwe emakhaya abadabula eSomalia

Nairobi - Amaphoyisa aseKenya athi sekubuyiselwe emakhaya abokufika abadabuka eSomalia, abangu-91, abakade besezweni ngokungekho emthethweni.

Umbiko uthi abafuduki bathuthelwe eMogadishu.

Ukugodukiswa kwalaba kuza ngemuva kokuthi amaphoyisa aseKenya ephume umkhankaso wokubuyisela abantu emazweni abo.

Isikhulu samaphoyisa uChief David Kimaiyo, uthi ngoLwesine kugodukiswe abangu-91 abadabuka eSomalia kanti ngesonto eledlule kwagodukiswa abanye abangu-82.

Inhloso enkulu yomkhankaso wamaphoyisa, ukulwisana nobuphekuka kanjalo nabokufika abangenawo amaphepha okuba sezweni.

Inhlangano yamalungelo ithi amaphoyisa ahlukumeza abokufika ngokocansi aphinde aphazamise amanye amalungelo abo.

U-Omar bin Omar, obehlala eNairobi, nodabuka eSomalia, uthi lo mkhankaso ubhekiswe kakhulu kubantu abanentshebe nabagqoka izimpahla zamaSulumane.





 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Now that e-tolls gantries have been switched off, will you be settling your outstanding debt?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No way, they're not getting a cent from me
88% - 2216 votes
Yes, I guess it's the right thing to do
3% - 87 votes
Mmh, I'm watching legal cases and playing it by ear
9% - 224 votes
Vote
Rand - Dollar
19.02
-0.0%
Rand - Pound
23.72
-0.2%
Rand - Euro
20.31
-0.1%
Rand - Aus dollar
12.26
-0.2%
Rand - Yen
0.12
-0.0%
Platinum
953.00
+0.0%
Palladium
1,036.50
+0.1%
Gold
2,379.71
+0.8%
Silver
28.46
+0.8%
Brent Crude
87.29
-3.1%
Top 40
66,869
-0.1%
All Share
72,942
-0.1%
Resource 10
62,824
-0.9%
Industrial 25
98,005
+0.2%
Financial 15
15,428
+0.3%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE