Share

Kufunwa obanjwe nenqwaba yamaphenti angamasekeni

Harare - Uphiko iZimbabwe Revenue Authority (Zimra) lushaqe izijumbane zamaphenti aseke agqokwa ezinesisindo sika-46kg eSango Border Post.

Kuyicala elibomvu eZimbabwe ukuthi abadayisi bangenise amasekeni ezimpahla zangaphansi zanoma yiluphi uhlobo – akukhathaleki zisuke zithengiwe noma kunikelwe ngazo, kubika i-myzimbabwe.

La maphenti okubalwa kuwo, lawa ayintambo (g-string) “nomamhlongo” ashaqwe ngamaphoyisa abheka izimpahla ezingena ezweni, ngokusho kombiko womqulu kahulumeni.

Isikhulu seZimra uGershom Pasi uthe bathole inqwaba yamaphenti nama-pantihose asesebenzile ngesikhathi beqhuba umsebenzi.

OLUNYE UDABA: Izelamani zikhala ngokwebelwa amaphenti

Umshushumbisi lo kuthiwa utholakale nama-pantihose anesisindo sika-146kg, amaphenti nama-anda anesisindo sika-46kg.

Ngemuva kokuhlonywa imibuzo, umnikazi wala maphenti ube esecele empunzini, kusho uPasi.

Isimo somnotho esintengayo eZimbabwe siphoqa abantu ukuthi bathenge izimpahla zangaphansi ezingamasekeni ngenxa yokusweleka kwemali.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
How often do you go to the cinema to watch new movies?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Often - nothing beats the big screen
2% - 26 votes
Hardly - I prefer streaming online
66% - 730 votes
Sometimes - it depends on the film release
32% - 351 votes
Vote
Rand - Dollar
19.15
-0.7%
Rand - Pound
23.82
-0.6%
Rand - Euro
20.39
-0.5%
Rand - Aus dollar
12.30
-0.5%
Rand - Yen
0.12
-0.6%
Platinum
950.40
-0.3%
Palladium
1,028.50
-0.6%
Gold
2,378.37
+0.7%
Silver
28.25
+0.1%
Brent-ruolie
87.29
-3.1%
Top 40
67,190
+0.4%
All Share
73,271
+0.4%
Resource 10
63,297
-0.1%
Industrial 25
98,419
+0.6%
Financial 15
15,480
+0.6%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE