Share

Kugudluzwe amagama ahlonipha uMugabe eHarare

Harare – IMeya yaseHarare inxuse ukuba kugudluzwe imibhalo ebifakelwe ukuhlonipha uMengameli Robert Mugabe nomkakhe uGrace ngesikhathi kunengqungqthela yeZanu PF ekuqaleni kwale nyanga.

Le mibhalo yafakwa endaweni evulekile ebisetshenziswa yileli qembu ngesikhathi kunale ngqungquthela yokukhetha ubuholi njengoba bekunomunye obubhalwe uDr Grace Mugabe Way noRobert Mugabe Square.

IMeya uBeranard Manyenyeni weqembu eliphikisayo iMovement for Democratic Change ikhuluma kwabezindaba ithe:

OLUNYE UDABA: UMugabe uzogcoba amalungu amasha eKhabhinethi

“Sengilibhalelile iqembu iZanu PF ngalazisa ngesicelo sami kodwa abakangiphenduli njengoba beyithole izolo incwadi yami,” esho.


IMeya ithe lokhu kuhambisana nemigomo yedolobha ngakho ukufakwa kwale mibhalo kuphambene nomthetho njengoba kungaphasiswanga yisigungu.

UManyenyeni uthe lokhu kuvana nokuthi uma kunomcimbi usuphelile ayagudluzwa aamabhelunde ngoba awayona ingxenye yendawo obekwenzelwe kuyona umcimbi.

     - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

     - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
49% - 831 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
51% - 876 votes
Vote
Rand - Dollar
19.14
-0.1%
Rand - Pound
23.80
-0.0%
Rand - Euro
20.45
+0.0%
Rand - Aus dollar
12.44
-0.4%
Rand - Yen
0.12
-0.1%
Platinum
924.00
+0.4%
Palladium
1,027.50
+0.2%
Gold
2,317.37
-0.2%
Silver
27.17
-0.5%
Brent Crude
88.42
+1.6%
Top 40
68,483
+0.6%
All Share
74,457
+0.6%
Resource 10
59,684
+0.1%
Industrial 25
104,061
+1.2%
Financial 15
15,934
+0.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE