Share

Kumenele umfundi oshiswe wu-Sugar Mama wakhe

Nyeri – Umfundi owenza unyaka wesine eDedan Kimathi University of Technology ugcine ngokushona ngemuva kokushiswa yisithandwa sakhe endlini yakhe eKamakwa Estate, eNyeri, eKenya.

Izakhamuzi zithe umlisa, okuthiwa uDenis Njenga, ugcine ukubonakala ephila enentombi yakhe eneminyaka engu-45 ubudala ngaphambi kwesehlakalo.

Lona wesifazane osekhulile ngeminyaka obethandana naleli bhungu, ugcine eboshiwe kanti uvalelwe esitokisini.

Izakhamuzi zithi zibone u-Esther Njoki ephuma endlini ngaphambi kokuqala komlilo.

Uthweswe icala elingafundwanga enkantolo yaseNyeri ngoLwesine ngenxa yokuthi amaphoyisa anza uphenyo acele ukunikwa isikhathi esanele sokwenza uphenyo olunzulu.

UNjoki, osebenzela uhulumeni, kuthiwa uyena ogcine ukubonakala nomufi ngaphambi kwesehlakalo.

Umufi uphuthunyiswe esibhedlela i-Outspan Hospital kodwa wafike washonela khona ngenxa yokulimala kakhulu.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
51% - 83 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
49% - 81 votes
Vote
Rand - Dollar
19.25
-0.3%
Rand - Pound
23.80
-0.4%
Rand - Euro
20.52
-0.3%
Rand - Aus dollar
12.41
-0.2%
Rand - Yen
0.12
-0.3%
Platinum
921.60
-1.0%
Palladium
1,005.00
-1.0%
Gold
2,295.13
-1.4%
Silver
26.68
-1.8%
Brent Crude
87.00
-0.3%
Top 40
67,630
+0.2%
All Share
73,584
+0.0%
Resource 10
58,798
-3.5%
Industrial 25
102,574
+1.5%
Financial 15
15,794
+1.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE