Share

Kunokungabaza ngesivumelwano esenziwe neBoko Haram

Maiduguri – Amasosha aseNigeria kanye nezikhulu zezobunhloli bazwakalise ukungabaza ngeSonto mayelana nesivumelwano sokubekwa phansi kwezikhali njengoba kuvele imibiko yokunye futhi ukuhlasela nokunye ukulwa enyakatho-mpumalanga yezwe.

NgoLwesihlanu isikhulu sezokuvikela kanye nesehhovisi likamengameli zadalula ukuthi sekufinyelwe esivumelwaneni sokuqeda udlame kuphinde kubuyiswe nezingane zamantombazane ezingaphezulu kuka-200 ezathunjwa yiBoko Haram.

UMarshal Alex Badeh uthe uyalele izikhulu zamasosha ukuba ziqinisekise ukuba lesi sivumelwano sisebenza ngokushesha.

Funda nalolu daba: Alindwe ngabomvu amantombazane eNigeria.

Kodwa isikhulu eziphezulu zamasosha enyakatho-mpumalanga, esingafunanga ukudalulwa igama laso, sithe: “Eqinisweni, asazi  ukuthi sizosebenza kanjani isivumelwano sokubeka phansi izikhali.”

"Ngaleyo ndlela, sikulungele ukulwa futhi sizobhekana ngqo namaphekula uma siwabona,” usho kanje.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
48% - 1049 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
52% - 1126 votes
Vote
Rand - Dollar
19.21
+0.0%
Rand - Pound
23.95
-0.0%
Rand - Euro
20.57
-0.1%
Rand - Aus dollar
12.50
-0.1%
Rand - Yen
0.12
+0.1%
Platinum
910.40
-0.2%
Palladium
996.50
-0.9%
Gold
2,315.43
-0.0%
Silver
27.11
-0.2%
Brent-ruolie
88.02
-0.5%
Top 40
68,574
0.0%
All Share
74,514
0.0%
Resource 10
60,444
0.0%
Industrial 25
104,013
0.0%
Financial 15
15,837
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE