Share

Kushone 11 kugxobana abebephuma enkonzweni

Harare - Kushone abantu abangu-11 eKwekwe ngesikhathi kugxobana abantu enkonzweni kamphrofethi odumile eZimbabwe, ngoLwesihlanu, kusho amaphoyisa nenhlangano yamabandla.

Kubikwa ukuthi yinqwaba yabantu ethole ukulimala ngesikhathi amaphoyisa edubula ngesisi esikhalisa unyembezi esixukwini sabantu abangu-15 000 abebezama ukuphuma enkundleni yezemidlalo ngesikhathi sekuphele inkonzo ekuseni ngoLwesihlanu.

Kubikwa ukuthi amaphoyisa abewavale wonke amasango, ngaphandle kwelilodwa.

Funda nalolu daba: Kushone owesifazane obezilele indodana yakhe.

UWalter Magaya weProphetic Healing and Deliverance (PHD) Ministries, utshele iphephandaba laseZimbabwe, iH-Metro ukuthi : "Ngibuhlungu ngokwenzekile.

 “Besengihambile ngesikhathi ngithola izindaba ezingezinhle. Ngemuva kwemizuzu embalwa ngathola imibiko yokuthi sekushone abantu abangu-8,” usho kanje.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
50% - 440 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
50% - 447 votes
Vote
Rand - Dollar
19.11
+0.5%
Rand - Pound
23.76
-0.2%
Rand - Euro
20.45
+0.0%
Rand - Aus dollar
12.38
-0.0%
Rand - Yen
0.12
+0.4%
Platinum
921.80
-1.0%
Palladium
1,031.00
+1.5%
Gold
2,322.27
-0.2%
Silver
27.24
+0.2%
Brent Crude
87.00
-0.3%
Top 40
68,051
+0.8%
All Share
74,011
+0.6%
Resource 10
59,613
-2.2%
Industrial 25
102,806
+1.7%
Financial 15
15,897
+1.8%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE