“Kuqubuke sidumo phakathi kwamasosha aseKenya nezihonga ze-al-Shabaab eYoontooy, okuyindawo engamakhilomitha angu-20 ukusuka eKismayu.
"Kube sekushona abantu abangaphezu kuka-14, kanti iningi labo bekuyizihonga ze-al-Shabaab,” kusho u-Abdinasir Seerar, okhulumela uhulumeni wendawo.
OLUNYE UDABA:Kusolakala ukuthi kushone 36 eKenya kuhlaselwa
Uthe le mpi idonse amahora ayisihlanu.
Umkhuzi we-al-Shabaab uSheikh Abdirahman Hudeyfa utshele umsakazo ukuthi babulale amasosha aseKenya angaphezu kuka-10.
- “Like”
ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho
- Landela IzindabaNews24 kuTwitter