Share

Kushone 17 ngezikhukhula eMorocco

Rabat – Bangu-17 abantu asebeshonile ngexa yezikhukhula eMorocco kwathi abangu-18 banyamalala njengoba zilimaze imizi, izimoto nemigwaqo ngokusho kweziphathimandla.

Izikhukhula zijwayelekile ukuba khona ezindaweni ezakhele nogwadule ngalesi sikhathi sonyaka ikakhulukazi kulona leli lizwe.

INkosi yaseMorocco uMohamed ikhiphe umyalelo wokuthi abasizo lokuqala benze konke okusemanje ukuhlenga abantu futhi kwesekwe nalabo abahaqekile ngalezi zikhukhula. 

OLUNYE UDABA: Zidale umonakalo izikhukhula eGauteng

“Silahlekelwe yonke into ongayicabanga.

Imindeni yethu izolala emakhazeni,” kusho owesifazane wakule ndawo yase-Errachidia lapho kulimale imizi elinganiselwa ku-60.  

Kubikwa ukuthi umbutho wamasopha uthumele indiza enophephela emhlane ukuyoohlenga abantu okuhlanganisa nalabo bokufika.

    - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

      - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
67% - 862 votes
No! It's time to move on ...
33% - 423 votes
Vote
Rand - Dollar
18.87
+0.8%
Rand - Pound
23.61
+0.8%
Rand - Euro
20.22
+0.9%
Rand - Aus dollar
12.33
+0.6%
Rand - Yen
0.12
+1.5%
Platinum
923.20
-0.3%
Palladium
969.50
-2.1%
Gold
2,344.93
+0.5%
Silver
27.57
+0.5%
Brent Crude
89.01
+1.1%
Top 40
69,189
+1.1%
All Share
75,121
+1.1%
Resource 10
62,902
+1.3%
Industrial 25
103,489
+0.9%
Financial 15
15,994
+1.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE