Share

Kushone 6 wezingane kuketuka isikebhe

Lagos – Kugwilize kwashona izingane eziyisithupha kuketuka isikebhe ebesizihambisa esikoleni eLagos eNigeria ngokusho kweziphathimandla.  

“Bezingu-14 izingane ebezigcwele kulesi sikebhe ngesikhathi siketuka,” kusho u-Ibrahim Farinloye okhulumela iNational Emergency Management Agency etshela abezindaba.

“Ezingu-8 zikwazile ukutakulwa zasinda kwathi eziyisithupha zacwila kanjalo.3

OLUNYE UDABA: Sekuboshwe 12 eTunisia kulandela isibhicongo

NgoLwesithathu sikwazile ukutakula izidumbu ezintathu zalezi zingane kanti ezinye izidumbu size sazitakula namhlanje nokwenza zibe yisithupha sezizonke izingane eziphangalale kulo mshaphi.”

Lesi sigameko senzeke ngoLwesithathu esifundeni sase-Irawe edolobheni lase-Oceanside.

Iningi labantu abasebenzayo nezingane zesikole zisebenzisa izikebhe uma beya emadolobheni amakhulu okubalwa neLagos.

       - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

         - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
67% - 757 votes
No! It's time to move on ...
33% - 380 votes
Vote
Rand - Dollar
18.98
+0.2%
Rand - Pound
23.75
+0.2%
Rand - Euro
20.39
+0.1%
Rand - Aus dollar
12.43
-0.2%
Rand - Yen
0.12
+0.8%
Platinum
924.80
-0.1%
Palladium
983.00
-0.8%
Gold
2,348.51
+0.7%
Silver
27.65
+0.8%
Brent Crude
89.01
+1.1%
Top 40
69,163
+1.1%
All Share
75,089
+1.0%
Resource 10
63,011
+1.4%
Industrial 25
103,779
+1.2%
Financial 15
15,868
+0.4%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE