Share

Kushone 7 kuqhuma amabhomu ngaphambi komshado

Maiduguri – Kushone abantu abayisikhombisa ngesikhathi kuqhuma amabhomu amabili endaweni okwenzelwa kuyo imicimbi yomshado enyakatho yempumalanga yaseNigeria, ngokusho kwemithombo.

Abazibonele bathi lesi sigameko senzeke ngoLwesihlanu ekuseni eTashan Alade esifundazweni saseBorno ngesikhathi imindeni nezihlobo zikamakoti nomkhwenyana zilungiselela umcimbi wokubopha elikasofa silahlane.

Indawo yaseTashan Alade sekukaningi ihlaselwa yiqembu leBoko Haram phambilini kodwa kulokhu akucacanga ukuthi kungabe yilona yini elitshale la mabhomu.

OLUNYE UDABA: Kuvaleleke iziguli eliftini esibhedlela

“Izidumbu eziyisikhombisa zitholakale endaweni yesigameko,” kusho omunye wofakazi u-Almu Mukhtar.

“Abantu abalelwa ku-30 balimale kanzima kanti umlilo udale umonakalo omkhulu kwizindlu eziduzane.

Esinye siziphathimandla uMato Makatara uthe kuboshwa umsolwa oyedwa ngalesi sigameko kanti usaphekwa ngemibuzo.

Lesi sigameko senzeke ngesikhathi kugcotshwa uMengameli omusha waseNigeria uMuhammadu Buhari.

       - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

         - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
42% - 363 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
58% - 499 votes
Vote
Rand - Dollar
18.93
-0.2%
Rand - Pound
23.90
-0.0%
Rand - Euro
20.44
+0.1%
Rand - Aus dollar
12.34
+0.1%
Rand - Yen
0.13
-0.1%
Platinum
906.59
+1.1%
Palladium
1,012.66
+1.1%
Gold
2,221.55
+1.2%
Silver
24.87
+0.9%
Brent Crude
86.09
-0.2%
Top 40
68,346
+1.0%
All Share
74,536
+0.9%
Resource 10
57,251
+2.9%
Industrial 25
103,936
+0.6%
Financial 15
16,502
-0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE