Share

Kushone amalungu amane omndeni engozini yemoto

Nyeri – Kushone amalungu amane omndeni ngemuva kokuthi imoto abehambangayo isuka eNairobi ilibangise eKirinyaga, eKenya, igingqika, kusho umbiko.

Kuthiwa le moto igingqike ngesikhathi umshayeli ezama ukuvika iloli ebiza nganeno.

Okhulumela amaphoyisa endawo, uTitus Yoma, uthe lo mndeni ubuphelezela ingane yawo yentombazane iya esikoleni njengoba bekuvulwa izikole.

UYoma uthe abantu ababili bashonele endaweni yesigameko kwathi abanye ababili baphelela esibhedlela.

OLUNYE UDABA: Kushone 2 engozini yomgwaqo

Abashonile ngabafana ababili abayizelamani abeneminyaka engu-11 no-12 ubudala, umama nomalume obekunguye obeshayela le moto.

UYoma uqhuba ngokuthi kule ngozi kusinde ubaba, ingane yakhe eneminyaka emibili ubudala nentombazane, 19, ebihanjiswa esikoleni.

Ube esenxusa abashayeli ukuba bashayele ngokucophelela emigwaqeni.

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
41% - 487 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
59% - 695 votes
Vote
Rand - Dollar
18.92
+0.1%
Rand - Pound
23.88
+0.1%
Rand - Euro
20.38
+0.2%
Rand - Aus dollar
12.32
+0.2%
Rand - Yen
0.13
+0.1%
Platinum
908.05
+1.2%
Palladium
1,014.94
0.0%
Gold
2,232.75
-0.0%
Silver
24.95
-0.1%
Brent Crude
87.00
+1.8%
Top 40
68,346
0.0%
All Share
74,536
0.0%
Resource 10
57,251
0.0%
Industrial 25
103,936
0.0%
Financial 15
16,502
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE