Share

Kushone udokotela obelapha i-Ebola

Freetown - Udokotela obehamba phambili ekwelapheni ubhubhane i-Ebola, eSierra Leone, kugcine kumenele njengoba naye egcine esuleleka ngaleli gciwane, kusho inhloko yezempilo ezweni.

Ukushona kukaSheik Umar Khan, 39, nobesekwazile ukwelapha iziguli ezingaphezi kuka-100, kuza ngemuva kokutheleleka ngaleli gciwane kwenqwaba yabasebenzi bezempilo kuleliya lizwe kanye nababili abaqhamuka eMelika abasebenzela eLiberia.

Lokhu kubeka obala ubungozi abasebenzi bezempilo abangaphansi kwabo njengoba bezama ukunqanda ukubhebhetheka kwaleli gciwane entshonalanga ye-Afrika.

I-Ebola kukholakala ukuthi isibulale abantu abangu-672 eGuinea, Liberia naseSierra Leone kusukela yabheduka ngoFebhuwari nonyaka, ngokwezibalo zeWorld Health Organisation.

Lesi sifo onaso ubonakala ngokubuyisa, ukukhishwa yisisu kanye nokopha.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
65% - 159 votes
No! It's time to move on ...
35% - 87 votes
Vote
Rand - Dollar
18.99
+1.2%
Rand - Pound
23.76
+0.8%
Rand - Euro
20.37
+0.9%
Rand - Aus dollar
12.39
+0.8%
Rand - Yen
0.12
+1.4%
Platinum
915.30
+0.3%
Palladium
1,007.00
+0.2%
Gold
2,325.37
+0.4%
Silver
27.37
+0.8%
Brent Crude
88.02
-0.5%
Top 40
68,522
-0.1%
All Share
74,477
-0.1%
Resource 10
61,580
+1.9%
Industrial 25
103,058
-0.9%
Financial 15
15,856
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE