Share

Kusolwa iBoko Haram ngenqwaba yabantu ababulewe

Maiduguri – Isikhulu sikahulumeni eNigeria sithi kukholakala ukuthi oshayasibhamu abangamalungu eqembu leBoko Haram babulale inqwaba yezakhamuzi eDamasak endaweni engaphansi kwesifunda saseBorno esikhungethwe yizinxushunxushu.

UMaina Lawan uthe abazibonele bathe  abahlaseli bafike bephethe amabhomu ngoMsombuluko behamba ngezimoto zohlobo lweToyota Hilux kanye nezithuthuthu.

Funda nalolu daba: IBoko Haram isihlasela ngamandla eCameroon.

Okwamanje asikacaci isibalo sabantu ababulewe kulokhu kuhlasela kodwa kubikwe nokuthi abanye abaningi babalekile bashiya amakhaya abo.

IDamasak yindawo esenyakatho-mpumalanga yezwe laseNigeria, engasemngceleni waseNiger Republic.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
67% - 16 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
33% - 8 votes
Vote
Rand - Dollar
19.26
-0.3%
Rand - Pound
23.80
-0.4%
Rand - Euro
20.53
-0.4%
Rand - Aus dollar
12.41
-0.2%
Rand - Yen
0.12
-0.3%
Platinum
920.90
-1.1%
Palladium
1,000.50
-1.5%
Gold
2,296.45
-1.3%
Silver
26.76
-1.5%
Brent-ruolie
87.00
-0.3%
Top 40
67,650
+0.2%
All Share
73,598
+0.1%
Resource 10
58,698
-3.7%
Industrial 25
102,583
+1.5%
Financial 15
15,831
+1.4%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE