Mombasa – Amasosha aseKenya asebulale abasolwa abahlanu be-al-Shabaab eduzane nomngcele wase-Ethiopia athola imoto igcwele iziqhumane, kusho okhulumela amasosha ngoMsombuluko.
Amasosha aseKenya avimbe amadoda amahlanu ngemoto ngoMgqibelo edolobheni laseMoyale, kusho uBongita Ongeri.
OLUNYE UDABA: Kuvundululwe iziqhumane nezibhamu epulazini
Le nhlangano yezihonga yabulawelwa amalungu ngesikhathi ivulela ngenhlamvu ibhekise emasosheni.
Amasosha athola iziqhumane ezinesisindo sika-100kg kanye namazingutsheni.
- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho
- Landela IzindabaNews24 kuTwitter