Share

Kuthunjwe izingane zesikole eNigeria

Maiduguri - Izihonga zeqembu iBoko Haram, zithumbe amantombazane asafunda isikole, alinganiselwa ku-100, enhla neNigeria.

Amasosha kahulumeni asephume inqina athungatha abathumbi ngenhloso yokuhlenga amantombazane.

Lokhu kuthumba okwenzeke esifundeni iBorno, kuza ngemuva kokudlula kwamahora ambalwa kube nokuqhunyiswa kwebhomu okushiye abantu abangu-75 beshonile e-Abuja.

Lokhu kuhlasela kuhlonzwe njengokukhulu enhlokodolobha yezwe.

Ukuqhubeka kwezehlakalo zodlame kukhuphula ukwesaba ngeqembu lamaSulumane elimandla kuleli lizwe eligcwele kunawo wonke e-Afrika.

Imibiko yabazibonele ithi oshayasibhamu bagasele esikoleni samantombazane, esingaphansi kukahulumeni, baqala ngokudubula amasosha namaphoyisa abegade isikole.

Kube sekuphoqwa amantombazane ukuthi akhwele emalolini.

Kuqhutshwa uphenyo ngalesi sigameko.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
41% - 461 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
59% - 666 votes
Vote
Rand - Dollar
18.94
-0.0%
Rand - Pound
23.90
+0.0%
Rand - Euro
20.41
+0.1%
Rand - Aus dollar
12.33
+0.1%
Rand - Yen
0.13
+0.0%
Platinum
908.05
+1.2%
Palladium
1,014.94
0.0%
Gold
2,232.75
-0.0%
Silver
24.95
-0.1%
Brent Crude
87.00
+1.8%
Top 40
68,346
0.0%
All Share
74,536
0.0%
Resource 10
57,251
0.0%
Industrial 25
103,936
0.0%
Financial 15
16,502
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE