Share

Kuvele ukuthi amawele anobaba abahlukene enkantolo

Bulawayo - Kuvele ukuthi akuzona ezakhe zombili izingane ezingamawele owesilisa obefakelwe indaba yesondlo enkantolo, kusho umbiko.

Umama wala mawele ugcine evumile emaphepheni afakwe enkantolo ukuthi walala nabesilisa ababili esontweni elilodwa, kepha wathi izingane ngezesoka lakhe.

Kwabe sekwenziwa ulibofuzo kwatholakala ukuthi lezi zingane zinobaba ababili.

OLUNYE UDABA:Ubelethe amawele amane maqede washona

IJaji uSohail Mohammad ube esenquma ngoMsombuluko ukuthi lo wesilisa obefakwe enkantolo ondle iwele elilodwa ngemali engu-R300 njalo ngenyanga.

Ijaji lithi sekungokwesithathu lihlangabezana nesigameko esinjengalesi – amawele anobaba abahlukene.

Kuthiwa ngokwezempilo, owesifazane uyakwazi ukukhulelwa izingane zobaba abehlukene uma elale nabo evikini elilodwa.

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 408 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 855 votes
Vote
Rand - Dollar
19.09
+0.4%
Rand - Pound
23.62
+0.9%
Rand - Euro
20.33
+0.3%
Rand - Aus dollar
12.25
+0.4%
Rand - Yen
0.12
+0.3%
Platinum
942.30
-0.9%
Palladium
1,023.00
-0.6%
Gold
2,395.31
+0.7%
Silver
28.74
+1.8%
Brent Crude
87.11
-0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE