Johannesburg - Lowo owayengumengameli wezwe uThabo Mbeki umile kwelokuthi ukhetho lwaseZimbabwe lwango-2002 lwalukhululekile nakuba umbiko kaKhampepe usho okwehlukile.
"Uhulumeni waseNingizimu Afrika awuzange uphawule ngombiko
wokhetho,’ kusho uMbeki encwadini eshicilelwe kwiMail & Guardian
ngoLwesihlanu.
Funda nalolu daba: Izinkinga ze-ANC ziqhamuka ngaphandle - Masina.
Incwadi kaMbeki ilandela ukukhishwa kombiko kaKhampepe.
Umbiko wamajaji amabili aseNingizimu
Afrika uveze ukuthi ukhetho lwalungakhululekile.
– "Like"
ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.